ULINDELE ukuthi iScotland ibe yingozi njengenjwayelo uma sebedudulana ngeSonto omunye wabaqeqeshi bamaBhokobhoko, uDuane ...
UMHOLI we-MK, uMnuz Jacob Zuma, uncome iqhaza loqweqwe lommeli wodumo u-Advocate Dali Mpofu, oshiye i-EFF ngeqhaza alibambile ...
I-ACTION SA idalule ukuthi abantu bokufika bakweleta izibhedlela ezimbili zaseGauteng, uR1.1 billion ngokulashelwa umdlavuza.
IKaizer Chiefs isethubeni lokunombela ngezimbangi, i-Orlando Pirates, njengoba isemkhankasweni wokuhlala emshungwini wamaqembu agaqele isicoco seDStv Diski Challenge (DDC).
NAKUBA ezame kaningi ukugwema ukunconywa ngempumelelo yakhe kwi-Orlando Pirates kusukela efikile umqeqeshi wayo, uJose ...
BASOLA ukuthi ugajwe yisikhwele kumholi we-ANC odubule wabulala isoka lentombi okusolwa ukuthi ibimbhangqile. Umsolwa ...
UDeli ubhale ekhasini lakhe kwi-Facebook ebonga ukuxhaswa abalandeli bomdlalo selokhu waqala. “Usuku lwethu lokugcina. Siyabonga bantu bakithi, nisithandile kulo mdlalo. Sinithanda ngothando luka-LOVE ...
NAKUBA ikushayela elikhulu ihlombe ukudutshulwa kwezinkabi eziqotha abemboni ngamaphoyisa i-South African National Taxi Council (Santaco), kodwa ifisa sengathi kungakhona noma oyedwa osalayo ukuze ...
IMEYA kaMasipala waseMhlathuze uMnuz Xolani Ngwezi ithi ukwakhiwa kwenxanxathela yezitolo eqanjwe ngoMntwana uMangosuthu ...
UJATSHULISWA wukuthi usenesithombe esingcono sokuthi iqembu lakhe liqine kuphi futhi lidinga ukuthuthuka kuphi umqeqeshi ...
UKUBONA isinqumo sabo sokusebenzisana emculweni sithela izithelo ezibonakalayo futhi sibachumisa kule ndima kwenze amaciko ...
OWESIFAZANE ukhihle esikaNandi elahlwa yicala lokuzama ukubulala isoka alichatha, waliphuzisa waphinda walibhunyela nge-acid oThongathi, eThekwini.